Ukuhlukaniswa yidlozi
Ukuhlukaniswa yidlozi is when the ancestors decide to breakup your relationship, why is this happening?
There are few reasons why your ancestors can end your relationship.
Kunezizathu ezingenza ukuthi abakini abadala baluqede uthando ebenizama ukulenza.
Izizathu nazi:
Ukukhohlwa yidlozi ngenxa yokuthi usothandweni, kuncike ekutheni idlozi lidinga
wenzeni, uma ukuba sothandweni kwenza ukuthi ungabe usalilalela idlozi, qaphela uthando
luzophela ubesingle, ake sithi ngo 5 njalo kumele usinele idlozi, wena ngo 5 uyajola,
uthando luzophela ukuze njalo ngo 5 kumele usinele idlozi, bekuyisibonelo leso.
Uyahlukumezeka othandweni noma nguwe ohlukumeza u partner wakho, lokho kuzokwenza
amadlozi anihlanganisile avele athi 'guys it is over , it is not working'
Ubufebe, ukonakala ukuganga, idlozi lizokubona lokho livele liyiqede relationship.
uma unemimoya kumele ube nenhlonipho, ukuziphatha kahle, njalo njalo.
Kuningi okunye esingeke sakubala lapha ngoba asikwazi konke okwedlozi nathi siyafunda
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Copying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
Push notifications !
Comments
Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla?
izincazelo zamaphupho
Iziwasho nemithi
izithakazelo
izisho nezaga
Amagama esizulu izincazelo